Sekufe umculi kaMaskandi obebonakala enekusasa elihle kulo mculo kwelinye lamaHostela aseGoli. Kubikwa ukuthi uMpho Njoko, oneminyaka engu-35, udutshulwe ngabantu abangaziwa
Kubukeka sengathi uPenny Ntuli usaqhubeka nokubhekana nezinselelo emsebenzini wakhe wokusakaza njengoba sekuvela imibiko yokungagculiseki kozakwabo abasha. Sekunemibiko ethi abanye abasebenzi
Umlingisi wakuleli ongomunye wabanamava nabathandwayo ngababukeli bemidlalo kamabonakude, uHamilton Dlamini, usesole ukugwaza ngokumiswa kweDiep City. Lo mdlalo owuchungechunge bewukhonjiswa kwiMzansi
Owayengomunye babasakazi ababenedumela futhi abasiza iGagasi FM likhule, uZukiswa Vuthela odume ngelikaZookey Zarling, oseyisangoma manje usevuleleke ngokuhlushwa amadoda. Uthi njengoba
Owayengumsakazi wesikhashana kwiGagasi FM, uSanele “Mr Fabulous Ndwalane useveze ukuzwelana kwakhe noPenny Ntuli osematheni kulezi zinsuku. UMaNtuli uvezele umphakathi inkontileka
Umculi ophinde abe ngumsakazi u-Unathi Nkayi usephumele obala ngobudlelwane bakhe noPrince Kaybee ngemuva kokuthi kube nesasasa ngezithombe zabo abazifake ezinkundleni
Ukube akazange acabange ukubheka isitatimende sasebhange kuqala, ngabe uhlukane no-R8 000 uSakhiseni “Skhevane” Mseleku ocula kuBafana BakaMgqumeni. Ngokwemibiko egcwele ezinkundleni
UTumi Motsoeneng, odume ngelikaGogo Skhotheni, useveze ukuthi sebehlukene nomyeni wakhe uMonde. Le ntokazi engumsakazi, uDJ nesangoma esidumile ivezele abalandeli bayo
“Ngiyazi ukuthi uSenzo umi nawe,” usho kanje uZandie Khumalo-Gumede ebhekise kudadewabo, uKelly. UZandie Khumalo-Gumede ukhombise ukweseka uKelly Khumalo ngemuva kokuvela
Cishe into ebibhekwe kakhulu ngezinguquko ezinhlelweni zoKhozi FM wukuthi sizovalwa wubani isikhala sikaBheka Mchunu osanda kushona. UMchunu, obedume ngelikaBeekay, ushone
Usaziwayo wakuleli ophinde abe ngumethuli wezinhlelo kumabonakude, uMinnie Dlamini useveze ukuthi kungcono ukuhambela izinhlelo zokwelulekwa ngomshado kunokwehlukanisa. Le ntokazi yaseThekwini
Esiqeshini sakamuva sendaba yesithembu ethinta impilo yomshado kaMusa Mseleku namakhosikaze akhe amaningi kuvela ukuthi isimo asisihle kulo muzi. UKuvela ukuthi
Usengomunye wabaculi abaphambili kuMaskandi kanti wephule nerekhodi leminyakanyaka kulo mculo – lowo uGatsheni, igagu lasoPhongolo. Kuleli viki uGatsheni uveze ukuthi
Kusukela ekuthengeni indlu yakhe yokuqala nemoto eneminyaka engu-23 futhi waphothula iziqu zezenhlalakahle, umculi nombhali wamaculo uNomfundo Moh Ngcobo wengeza enye
Kuthi akandize umculi laMaskandi, uKhuzani Mpungose njengoba ezohlanganyela esteji nomculi weSoul wase-US, uJeffrey Osborne. Kuvela ukuthi uKhuzani uzovula inkundla kwikhonsathi
UMuzi Sibiya, ongomunye wabamangalelwa abahlanu ecaleni likaSenzo Meyiwa, kuthiwa wakhomba uKelly Khumalo njengowahlela ukubulawa kwalo nozinti. Ngokusho kukaBrigadier Bongani Gininda,
UPam Andrews, owaziwa ngendawo ayeyidlala kwiRhythm City, useyibuka ngelinye iso impilo kulandela ukuhlanganisa iminyaka engu-40. Kwividiyo ayishicilele ezinkundleni zokuxhumana ngoLwesihlanu,
Ziyaqhubeka izigemegeme emdlalweni obukhonjiswa kwi-etv kodwa osuyekiwe iNikiwe njengoba ithimba ebelisebenza ukuqopha lingakakhokhelwa namanje. Lokhu kulandela ukungakhokhelwa kwabalingisi ngoDisemba. Bvalwa
UBuhle Samuels, owayeshiya ababukeli, ikakhulukazi abesilisa beshaywa wuvalo kwiMuvhango, ungomunye wabalingisi abadala abakhuza ibuya kulo mdlalo owuchungechunge. Isizini ka-25 yeMuvhango